Intindili

Ngesayensi

Igama lesayensi le-Intindili ngu-Entada rheedii, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"African dream herb" noma i-"sea bean". Lesi isithombo esiyisiphuzi esikhulayo (liana) esingowomndeni wezitshalo i-Fabaceae, esingakhula size sibe budeni obungaphezu kuka-120m. Imbewu yaso inesikhumba esiqinile esikwazi ukuhlala isikhathi eside emanzini olwandle ingoni.

Intindili umuthi wenzani

Intindili Iyangena emthini yemali, iyangena emthini yokuthandeka. Iyangena emithini yenhlanhla, iyangena emithini lapho udinga ukuvikelwa khona engozini, emimoyeni emibi, ezilwaneni, ezigebengwini, kumaphoyisa, ezitheni. Iyangena ekuvuleni okuvaliwe. Iyangena emithini yokuhlonipheka, icacisa amaphupho. Iyangena kwizigubhu ezidonsayo.

intindili pictures
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Thokozani intindili uyayivula noma uyayigqula iyodwa ungakwazi ukuyisebenzisa kangakhi iyangidida indaba yentundili se gathi ngingathola incazelo e detailed so as to understand exactly what needs to be done
167 posts
Reply
?
 



Video efundisa ngemithi yonke